Loading...

Makhombothi

Makhombothi
Ntumbeza, Mlotshwa, Ntunzi,
Cabuzela onyawo zincane zingabankulu zifuze ekhabonina,
Khambule, Nkambule, Mzilankatha, Shezi, Magidla

Kubheka
Khathide, Masobote, Sombheshane, Makhunga, Ndolwane,
Wena owasobodela udlubu nekhasi,
Mgwaqo awudluli esibayeni ngoba kuvalwe ngamakhanda amadoda,
Mbendebomvu enjenge Ntolwane,
Boya obuningi obungangobe Nyathi,
Mbokodebomvu kama Gayiza esunduza abeSuthu nama Ndebele,
Magononde, Sobote

Mnyandu
Gedeza, Nongalaza, Nondela, Mphankomo, Mnguningunyane