Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni: U-Gatsheni wazala u Lamula, U-Lamula wazala u Zingelwayo, U-Zingelwayo wazala uMpongo, U-Mpongo wazala uNgema, U-Ngema wazala uMdingi Izithakazelo zakwa Ndlovu Gatsheni, Boya beNyathi, Obusonga busombuluka, Mpongo ka…
Category: Izibongo Ne’zithakazelo
Abakwa Mkhwanazi
Abakwa Mkhwanazi (taken from Indabuko Yakho) Abantu bakwa Mkhwanazi babebizwa ngokuthi abakwa Mpukunyoni. Badabuka eSwazini bake bahlala nabakwa Thabethe nabakwa Mngomezulu. Bagcina behlukana abanye babizwa ngabakwa Mpukunyoni. Ake Sibalamanise: Abakwa Mpukunyoni UMdolomba…
Abantu bakwa Nzama kusengabantu bakwa Wosiyane
Abantu bakwa Nzama kusengabantu bakwa Wosiyane, Imvelaphi yabo ikwa Ngcoba bahlobene no Dube, Nyusa nama Qadi. uNgcobo no Mkheshane bazalwa ngu Vumezitha wakwa Nyuswa bahlobene futhi no Shangase. Abantu bakwa NZAMA Wosiyane…
Abantu bakwa Mchunu
Abantu bakwa Mchunu kusengabe Nguni bazinza phakathi kwe Thaleni ne Nkandla no Mzinyathi. Isizwe sakwa Mchunu sagqama ngenkathi kubusa inkosi uDingiswayo kwa Mthethwa, ngaleso sikhathi sabe sibuswa uMacingwane. UMuzi ka Macingwane wabe…
bantu bakwa Ngobese
bantu bakwa Ngobese Abantu basemaQungebeni. Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwa zaphela uma kubonakala imfuyo eningi kanti futhi babenamasimu. Bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu…
Abantu bakwa Buthelezi Shenge
Abantu bakwa Buthelezi Shenge Umlando esinawo wabantu bakwa Buthelezi uqala ku Shenge futhi okunye esikutholayo ukuthi bangaba Ntungwa singazi noma bukhona ubuhlobo naba Ntungwa bakwa Khumalo. U Shenge uzale uMageba (hhayi uMageba…
Abakwa Nkosi Ndlangamandla noma Dlangamandla
Abakwa Nkosi Ndlangamandla noma Dlangamandla. Lababantu abaNtungwa futhi bahlobene nabakwa Khumalo kodwa abanabo ubuhlobo obuseduze no Nkosi Dlamini. Abantu bakwa Nkosi Ndlangamandla bangama Ntungwa ngoba bazalwa yindoda yakwa Khumalo. Igama lalendoda kwabe…
Abantua bakwa Mthethwa bangama Lala-Nguni
Abantua bakwa Mthethwa bangama Lala-Nguni bazinze ezindaweni zako Mpangeni nase Mtubatuba, Showe, Richards Bay. Inkosi yabo eyaduma kakhulu u Godongwane owagcinwa ebizwa ngo Dingiswayo. Nguye owamukela uShaka futhi wamfundisa namacebo okulwa. Isizwe…
The Dlamini People
The Dlamini People Abantu bakwa Dlamini banga Bambo-Nguni bahlobene nabakwa Mkhize, AmaNgwane namaMpondo. Ngenxa yokuthi umlando wawungabhalwa kodwa udluliselwa ezizukulwaneni ngomlomo nangezithakazela asinalo ulwazi olugcwele. Ngokuka Prince Zuko Pokwana bazalana kanje: Ludiwu,…
MDLULI
MDLULI Lukhele, Nyoka, Sikhangisa, Nzimande, Bhekiswayo MDLALOSE Nyande we Phahla, Khwenta, Madlula, Mgabashe, Bhudukuziwa, Phangakufa, Dikane, Wena we Phahla elinhloko, Sphangula Sayo Ngoye, Magutshwa lapho engekefe khona, Wena ka Nhlangothi zibomvu amanxeba,…
Abakwa Khumalo,
(Velaphi Ndlukayise Khumalo) Abakwa Khumalo, Mabaso no Nkosi bazalwa ngu Mntungwa ka Mbulazi. U Mabaso wabe emdala. U Khumalo ka Mntungwa ka Mbulazi wazala uMkhatshwa owazala uZikode owazala u Gasa no Mashobane….
Mnguni ka Yeyeye
Mnguni Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi Gumede Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe,…
Abakwa Hlongwane
Hlongwane Sangweni, Ngwane, Masumpa, Ngwadi, Matiwane, Masingasileka, Nduku Zinobulongwe, Ngwane ongaweli ngezibuko owela ngezimpambosi zomfula, Zikhali azilingani nezama xhegwana, Mdungude, Siyane, Nqobokazi, Songobese, Gwembeshe, Mzamo, Zikhali Khanyile Sogoni, Sthopho othi udlinkomo kanti…
Abakwa Mbatha kusengabantu bakwa Shandu
Abakwa Mbatha kusengabantu bakwa Shandu, MBEJE, Dladla. Lababantu babakhe eMangeni ngase Nkandla okwathi muva inkosi yabo uNdaba ka Sontshikazi wathuthela eNhlazatshe ngase Vryheid nesizwe sakhe. Kulapho azalela khona oMbeje, Dladla no Shandu….
Abakwa Mqwathi
Mqwathi Bangula, Dumba, Mhotho, Cakeni, Bhabha, Sxolothi, Sximba, Bhaxane, Nzothwa, Qhinebe, Qolo, Zikhali, Jojo, Tiyeka, Butsolo beentonga, Qoma, Siqo, Nyoyela/Ngogela Ama-Qwathi atholakala eMpumakoloni bakhuluma ulimi lwesi Xhosa. Izibongo zabo aziphelelanga lapha ngoba…
Xaba
Xaba Shwabade, Nonkosi Ntombela Mpangazitha, Mahlobo, Ntanzi, Msangula, Gebhezi, Zulu, Lukhwazi, Mageba, Hlongwa, Mahaye, Nodangu, Sokhela, Nzuza, Khawula, Mshazi Khuboni Maseko, Simelane Ndlovu Gatsheni, Boyabenyathi, Zingelwayo, Mpongo, Mthiyane, Mdubusi Ntuli Mbhele, Mphemba,…
Ntshangase
Ntshangase Mgazi, Biyela, Menziwa Mthiyane Ndaba, Sokhulu, Luvuno, Zondo, Mazwi, Mzwili, Nqoboka, Skhangane, Langa, Ndlovu, Dlemdlem, Sokotshane, Mhlungu, Madela, Lingode, Sibhene, Gobholubabayo, Masingasilele, Sokhulu Zuma Nxamalala, Msholozi, Matomela, Bophela, Novela, Mpisi, Zitha,…
Abakwa Dlomo
Njoko Nqamane, Nsele, Lindamkhonto, Phangisa Dlomo Mkhabela, Dinangwe, Bhelesi Gamede Magadlela, Mkhohlwa, Mbebe, Mhlungu, Sebenzekhaya Dlungwana Nondaba, Gagashe, Zondi, Phithikela, Mathaba, Nyanzela Mdlalose Nyanda, Maduna, Dikane Gaba Nyawose, Mzoneli Thabethe Mangethe, Gema,…
Tshabalala
Tshabalala Mshengu, Donga luka Mavuso, Ngxabalala, Chagwe, Mayaba, Mabhedla, Thapho, Thingisi, Shevi, Bhuqa, Sayiwana, Bhokwe, Samanisi, Mehlwempi, Sagqubha, Magudulela, Ndleko, Mnoniwa, Phikindaba, Nkosikayikho. NB: Lapha amanye amagama awazange abe yizibongo. Dubazane Mntungwa,…
Makhoba
Makhoba Gwabini, Hamashe, Manzini, Geda, Ncwane nga Nkomo, Sengwayo, Zungu Blose Ndelu, Shinga, Bohlela, Thunga, Madiba Khuluse Hlongwa, Gabhezi, Gebhezi, Mdindela Dimba Dakada, Fanisa, Fenya, Nkondlane, Mnguni Dlungwana Nondaba, Gagashe Dlamlenze Shamase,…